24/06/2026
π’ CALLING ALL VENDORS! ππππ₯€
Siyamema bonke abadayisi be Fast Food, Snacks, Desserts nezinye izinto zokudla ukuthi bazobamba iqhaza kwi-Women's Month Adult Picnic with Kids.
β
Indawo yokudayisa imahhala, kodwa kunemibandela nemigomo okufanele ilandelwe ukuze uvunyelwe ukudayisa ngosuku lomcimbi.
Wonke umuntu wamukelekile ukufaka isicelo.
π© DM us noma WhatsApp 079 965 5386 ukuze uthole imigomo nemibandela yokubhalisa.
Ungaphuthelwa yileli thuba lokukhulisa ibhizinisi lakho! ππ