25/12/2025
Syabonga kwabebethamele umhlangano wokuqala wokwethula umbono weHlalankosi KwaNongoma. Kuhambe kahle konke. Maphakathi nezinyanga eziyisithupha ezizayo sizoba nengqungquthela eyobandakanya ukwakhiwa komqulu wentuthuko yandawo yakithi.
Nibeke indlebe bakwethu kulolelikhasi namanye