17/02/2025
IF I was a Writer of Smoke&Mirrors
Intro of Smoke &Mirrors Season 3
Boyabengwe Gazi:Emhlabeni esiphila kuwo ukuhlakanipha kokuqala ukumesaba uJehova mina ngenza ubuwula bokugcina ngoba ngiwu mngani wezono igazi ngilichitha njengamanzi okugeza ngenxa yokuthi eyami impilo kwalahleka umentshisi wokukhanyisa manje indlela engiyi hambayo ihambisana nobumnyama.
Episode 1
[At Mr Ngonyama's Funeral]
Ikwaya iqeda kucula.
Pastor:Syabonga nganizami seningaya kohlala Phansi.(esholo phansi umfundisi).Bazalwane namhlanje singcwaba indoda emadodeni indoda evulelile abantu amathuba omsebenzi ukuthi abasebenze siyi madoda agade imizi yethu ngenxa yale ndoda ulale kahle mnumzane Ngonyama.ngizodedela umnumzane Jackson Mkhize azothi qaphu qaphu ngamazwi nge ndoda abeyikhonze kakhulu ngingasho nje ngithi ibiwu Mfowa...(Afike uJackson Mkhize aphuce uPastor Dlamini imic yokukhuluma.)
Jackson Mkhize:(Edle amponjwana uJackson )S**a la nentshebe yempongo.Ehh this man was my brother sphuma kude nalendoda akekho umuntu osele emhlabeni owazi le ndoda ukudlula mina no bhuti wakhe.
[Abe efika uDetective]
Jackson Mkhize:Weee nabo obhasted no Dammit bemosha yini nifunani?
Detective Phakathi:Jackson Mkhize you are under arrest for killing Xoliswa Mseleku,Sindy,NoMyeni ka Nomeva.
[Bambophe]
Jackson: ningisaphi manje?
Magolide:Haybo abantu abangaka mara uSindy.
Mamiki:Yhoo iknew Jackson ke Maligaju udla bathu.
Magolide:Yinja le.
[Agijime uMpendulo efuna ukushaya uJackson]
Mpendulo:Uyinja wena.
Detective Phakathi:khululeka Mpendulo,lo uzofela Phakathi ejele izikhiye zakhe ngizozilahla olwandle.
(,Akhale uMpendulo ancike esifubeni sababa wakhe uSakhile.)
Sakhile:Ungakhali mfana.
[Sean 2]
[Base manzini bathelwa ngegazi lenkukhu bangene ngaphansi kwamanzi]
Ngcuka Hi Hi Haaaaaa[Kudume iZulu]
[Bathuke emncwabeni]
[Baphume beshoda emanzini]
Ngcuka:Yhaaa nini enifanelwe kukuba lapha ,omnye wenu nizoyo mkhupha ejele uJackson Mkhize ungomnye wenu.
[Bavume nge nhloko uBoyabengwe Gazi beno Zithulele Jal